Yiziphi izincwadi ezidingeka ukuze uthathe i-visa yaseVietnam etholwa lapho ufika?

– Ukuze uthole i-visa etholwa lapho ufika, kufanele uqale ngokulungisa lezincwadi: iphasipothi yase kuqaleni + incwadi egunyaza i-visa + iFomu NA1 (sijwayele ukuthumela lelifomu ku-imeyli ukuze wazi ukuligcwalisa, unamathisele isithombe futhi usayine ukuze uwonge isikhathi ekufikeni kwakho) + Imali ekhokhelwa ukugxiviza ngestembu (25$/umuntu ngamunye eyenyanga eyi-1 kuya enyangeni ezingu-3 evumela ukungena kanye, 50$ eyenyanga eyi-1 evumela ukungena kaningi neyezinyanga (ezingaphansi) kuka-3 evumela ukungena kaningi, 95$/umuntu ngamunye eyezinyanga ezingaphansi kuka-6 evumela ukungena kaningi kugcine nge-visa ye-135$/umuntu ngamunye eyonyaka)

– Lindela ukubizwa ukuthi ukhokhele imali yokugxiviza ngestembu bese uthola iphasipothi sine-visa ngaphakathi.

– Hlolisisa i-visa phambi kokuba uhambe

Qaphela:

Sicela uhlolisise ngokucophelela i-visa yakho bese ucela ukulungisisa uma kunephutha ngoba ngeke waba nethuba lokulungisisa ngemva kokuphuma ekhawunteni lokuhlola amaphasipothi.

Quote of the week

"People ask me what I do in the winter when there's no baseball. I'll tell you what I do. I stare out the window and wait for spring."

~ Rogers Hornsby